Uphuthu

Mayelana Wikipedia
Jump to navigation Jump to search

uPhuthu lungukudla okuvame ukudliwa eNingizimu Afrika. Uphuthu lwenziwa ngempuphu esuselwa kumbila owomisiwe bese wagayiwa. Luphekwa ngamanzi abilisiwe. Ludliwa kakhulu nobhontshisi, amasi, kanti futhi luyadleka nanoma yisiphi isishebo.

IZINDLELA ZOKUPHEKA UPHUTHU

  1. ubilisa amanzi
  2. ufake impuphu
  3. bese uyakuhlanganisa
  4. ukale imizuzu engama30
  5. bese kuba uphuthu
Uphuthu seluhlanganiswe namasi(indwamba). Kulungele ukudliwa